Chapter 3 No clue

(Endlini umaShenge uhleli udlisa uSphe.) "Eyikhulumela yedwa dlana sisi sihambe ukwenzela basithole singekho laku bakho kuli ndawo oLindi, kahle kahle umuntu ebengi khathazeke ngaye la nguwena dali ngoba phela kunzima ukukhula kwe ntombazane ebe engekho unina eceleni kwayo. (Ukhuluma nje ukhohlu kubana ukhuluma nengani encane), Ee (nango loma Lindi engu mango) engabe uThobie uplan ukwenzani ngalokho kwakhe loMuzi khona kwazi ba ngalento angitshele yona, ukubana ingabe iliqiniso elinga nani.

(Eih saku ngakho hlakali uThobie uyasho) kungenani loku ningi ndodakazi ngithi ngihamba nawe, kuhle ke ngobu uSpha useyo sala ebhekwa nguMelusi kanye lo Lindiwe beno Bhekani ngoba ngikhathele mina ukuba yisi cashalala sika Melusi elokhu ebizz engenzi nja kulo muzi angathu ngcwele ngcwele ekubeni engo weqile kuna bani na, asazi ngobe ezishelu ukungazi kangcono ukuthi uzothini ngoku zoye nzeka kulokhu ayoku thola ngoba kaka ngazi ngobu mina bami njalo ngoba usazothi ukubona ngqo uma efika esithola singekho kwela namuhla ukuthi uyoqonda ngaphi kwendawo ngisho kwaba nina ngoba lapho khona yikhona esazothi ukuvusi ngqondo abone ukuthi uThobie kabhedelwa futhi akayona lale tsango ebhenywa ngama rasta kulokhu, uma eke washo into usuke eyishilo futhi akajiki emuva, (Makhathaleni washo esengo seqede ukudlisa uSphe ukudla.) (ngu maLindi nga uyaqhubeka ngohambo lwakhe) ehlabelela ngesi shona: ndomudana (*2) mwari wangu, ndomudana (*2) -------- (ukhumbule phela ufunde labantwana banga phandle khepha usezazi zonke indimi zabo ngoku hlukana kwazo, enjalo nje abanye babo ngaba ngani bakhe abakhulu kuna banina, khepha yibo njalo ababe mfundisa ndimi zabo), njengoba eqhubeke ecula nje. (Ulokhu ehamba udibana nanangu umfazi womfowabo wendoda yakhe.) Awu sawubona maSithole kubulisa unaZondi, "ha sikwiza kunini ngaku gcina," eyi khona kudala kabi sagcinana kababa, unjani uBhekani bo, yena ukhona dadewethu yiku bona ukunya malala kwenu noNjabulo, "yakhona inkinga yile misebenzi abasi phayona njengoba ubona nje dade, uthe ukungena yena namuhla." Oh!, Yebo kunjalo cc eyi kwanzima ke manje, pho wena ke? Mina senga hlala khona, khonala ngizo bonu Ma ngobe gula. "Uphethwe yini umaSiwela bakithi?" Singa thini khona ngoshukela walezi nsuku. Eyi kwaze kwaba buhlungu impela sikwiza lento yama thambo, khepha uzolulama, kanti manje ukungi fihlela kuka Zibusiso ucabangani, "kodwa nawe cc ungakhuluma ngesi dakwa esingu Zibusiso ngabe uthi uGugu bengizo zwisisa", Eih! Khona banjani bona, baya phila kanye labo Gugu. Oh! Konje sowa yenda Gugu, yebo kunjalo dade, ee nakhu ngi khohlwa bo khona banjani oMkhize bakithi, baya phila bengi nabo nje emalangeni, "kodwa Cc ukukuli bazisa okungaka usiye mkhuhlaneni mina ngizi yela kwezami," lutho sidalo ntombi engani kudala sagcinana kumele sithi ukuxoxa sicutch up ngezempilo nanoma kunjalo, engabe uyaphi nje nawe usungo jaha kangaka, khonapho bengithi ngiyo bhekana loBheki epark ngoba kudala ehambe nengani, lakhona ingathi isilambile, uma kunjalo ke kulungile cc ngizothi ukuku vakashela kune sikhathi . (ngapho ulokhe esendlini umaShenge) Esukuma ethi uyo hlambi zandla esho engo segezu Sphe umlomo ngobe gavile ngemva kwalapho washo sebe zesula ngefaduku lasibi salapho okumanzana khona qede wavalu mnyango engazile, ngisho lokubona ukuthi soku kubi, (Ngemva kwalokho baba ngaba phumayo bebheke kwabo enga bhekanga emuva.) Namanje nix emva behamba nje ethu uyashiya kanti bashiye impompi isingesi moshi indlu kwama lindi, (kunge kudala wabe esengo fikile kwakhe etetu uSphe), ethu uma efika wabe ngoye thulu Sphe emufaka embhedeni eqala ukulungisa izinto, elungisa nje uqoqa qoqa impahla zakhe kanye lezika Sphe, uthe uma eqeda konke lokhu wabe ngofaki bhavu phansi, ethela amanzi okubana ageze uSphesihle ngoba nakhu emthole ngage zanga kukho konke la kade eyekhona, (unaZondi ulo lindi balokhu bexoxa saku hlukana endleleleni.) eyi sisi isikhathi ingathi sidliwa nguma ngoye siyo buye sibonane ngelinjalo, kulungile cc sizo bonana kuphendula unaZondi umakoti wakwabo mncane. (Ekhuluma yedwa ngapha emgeza umaShenge.) Asazi kuyo zala nkomoni ku lokhu okuyo yenzeka ngane yami ngani ngoba namuhla ngela manqamu, ngifuna nje uyihlo ethi uma efika abone ukunyanya kwami namu hlanje njengento angakaze ayibone ngiyenza phambi kwakhe nomi nini ngenxa yoku nginya nyisa kwakhe akwenzi zolo la before, khona vele kudala engi hlukumeza lo Melusi engi phathisa okuka doti, sakwe ngubo yesidwaba ngizi thulele, ngaphandle kwakho konke lokhu ngizi shelu ukuthi yisikhathi manje soku mkhombisa itrue colour yami futhi ngimu fitizela okoku gcina ngawe ndodakazi, nano kuthi vele sokulu shintsho lwami lolu, loku mbonisa ubuyi mina bami bona lobu boku mnyanya ekwedlulele, nakhona kuzo nyanzeleka ukuthi uma efika la esithole sesi shaye sachitha kumnyama kuyo yonki ndawo, ngisho nase ma odilo bhini kunga khanyi natwa elapho kule ndlu yakhe, ngingazi lalo kuthi uantie wakho yena uyothini uma nxa ezosi thola sesi ngekho kwakhe ngoba nakhu sisuke singa mvaleli sanga, uvetane waphuma singa kaqedi lale nkulumo ebesi zikhuluma ngaleso sikhathi, nje kalokhu thina sesi yaba shiya for ukuthi basale bezi bona lale lihobo elingu yihlo, "uMkhize" kuhle ngoba bayo sala beqede lana bodwa ngingekho mina la, ngingazi lokuthi uBhekani uyobhekaphi yena uma eyo thola sesa yeqa kulindawo (Ulokhu ekhuluma nje ukhohlu kuthi nakhu kule ngani encane endlini, akukho lamunye muntu omdala akhuluma naye, ukhuluma nje sengathi uyasa ngana naku sangana kanti cha yiku kwata ayikho khona ngasikhathi leso njalo.) Oma khelwane bona singazi bazo mbona kanjani uyihlo lo ngokuzi phathisa kwakhe budlwembe (ekhuluma nje ukhathazeke ngoku khuluma kwabantu akayi bhekeleli yena), (langapho uLindiwe ubizzy udingana lo bhekani.) ahambe afike epark lutho ukuthola kala, ahambe athi wehla ngase bridgini akamboni sidalo. (Kantu ushone phi uSithole bakithi?) Ezibuzisisa: mangi hambe mhlawubheni ngizothi ukuhlangana naye. (Eyi lilokhu liqina ikhanda kuma Shenge.) Kuzo mele senze sihambe kulindawo ngoku, kuhle ke ngoba lokhu ukungu Mkhize sekuyo sala kuthatha leli qhatha lakhe elibele bizzy echoma ngalo kuli ndawo ngenxa yoku lishiyelwa kwalo ngabazali bakhe labo, engabe ngokwani khona lokhu futhi kwezwaka laphi ukuthi indoda iya dingelwa umfazi ingazi dingeli yona ngobu yona uqobo lwayo, eish nakhu sengi khohlwa nkosi yami nanku sengi shiya nginga valeli sanga umgotsi wami engimthanda kangaka Sithembiso engabu uzothini ngalokhu okuzobe kwenzakele, (ngalo mzuzu unguma khathazeka ngabantu akhohlwi mpilo yakhe.) Ehamba hamba uLindi. (Uhambe nje ukhathazeke ngospha, ulokhu ebhakana noBhekani, ahambe afike epark lutho ukuthola kala, ahambe athi wehla ngase bridgini akamboni sidalo. (Kantu ushone phi uSithole bakithi?) Ezibuzisisa: mangi hambe mhlawubheni ngizothi ukuhlangana naye. (Eyi lilokhu liqini khanda kuma Shenge.) Kuzo mele senze sihambe kulindawo ngoku, kuhle ke ngoba lokhu sokuyo sala kuthatha leli qhatha lakhe elibele bizzy echoma ngalo kuli ndawo ngenxa yoku lishiyelwa kwalo ngabazali bakhe labo, engabe ngokwani khona lokhu futhi kwezwaka laphi ukuthi indoda iya dingelwa umfazi ingazi dingeli yona ngobu yona uqobo lwayo, eish ngi khohlwa nkosi yami nanku sengi shiya nginga valeli sanga umgotsi wami engimthanda kangaka uSithembiso engabu uzothini ngalokhu okuzobe kwenzakele, (ngalo mzuzu ulokhe onge khathazeke ngoku zoshiwo ngaye.) Ehamba hamba uLindi. (Uhambe nje ukhathazeke ngospha, ulokhu ebhakana noBhekani ukuthi engabe ushone ngakuphi.) "Eyi futhi angiba boni lapha bakhona". (Ekhuluma yedwa), angisale sengi buza nangu mfo, 👩: Sawubona bhudi, bengi celu ukubuza, 👨: yebo cc kunjani?, unga buza ayikho inkinga. Uyazi ngidinga ubaba obehamba nengane la, oh! Ingathi bashone ngale kwentaba, ingabe yile ebincane? Yebo kunjalo kulungile ke usunga sala kahle bafozi, (kuse gatini uBhekani ungena lo Siphamandla akasa wula wuli kanje umsindo.) Thula phela mfana kagogo uyezu uantie uzoku thatha manje, (besho bengena endlini, bengeni sana noma Lindi) "kwasho kunge sikhulu isibabazo sesi mangaliso laphe ndlini yabo.

                         

COPYRIGHT(©) 2022